Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 ubone, uma kukhona indlela yosizi kimi, ungiholele endleleni yaphakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 ubone ukuthi kukhona yini okubi ngaphakathi kwami, ungiholele endleleni yaphakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Futhi ubone uma kukhona indlela embi kimi, futhi ungihole endleleni yaphakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:24
17 Referans Kwoze  

Ngifundise ukwenza intando yakho, ngokuba wena unguNkulunkulu wami; umoya wakho omuhle mawungihole emhlabathini olelezekileyo.


Jehova, ngihole ngokulunga kwakho ngenxa yezitha zami, ulungise indlela yakho phambi kobuso bami.


Ngiyakugijima ngendlela yemiyalo yakho, ngokuba uyakwandisa inhliziyo yami.


Uyakungazisa indlela yokuphila; ukugcwala kwenjabulo kusebusweni bakho; intokozo isesandleni sakho sokunene kuze kube phakade.


Ngizwise umusa wakho ekuseni, ngokuba ngiyethemba kuwe; ngazise indlela engifanele ukuhamba ngayo, ngokuba ngiphakamisela kuwe umphefumulo wami.


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Owethemba enhliziyweni yakhe uyisiwula; kepha ohamba ngokuhlakanipha uyakhululwa.


Kepha isango lincane nendlela iyingcingo eyisa ekuphileni; bayingcosana abayifumanayo.


Ngakho-ke njengalokho nimamukele uKristu Jesu iNkosi, hambani nikuye,


Uyalinga inhliziyo yami; ungihambele ebusuku, uyangihlolisisa, awufumani lutho; ngiyahlosa ukuba umlomo wami ungaphambuki.


Babusisiwe abaqotho endleleni, abahamba ngemithetho kaJehova.


Indlela yababi iyisinengiso kuJehova, kepha uyamthanda olandela ukulunga.


Ngifundise indlela yakho, Jehova, ungihole endleleni ekhanyayo ngenxa yezitha zami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite