Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 139:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Bakhuluma ngamacebo ngawe, baliphatha ngeze igama lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Izitha zakho zikhuluma kabi ngawe, zihlambalaza igama lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokuba bakhuluma kabi ngawe, nezitha zakho ziliphatha ngeze igama lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 139:20
10 Referans Kwoze  

ukuze yahlulele bonke, ijezise bonke abangamesabi uNkulunkulu ngenxa yemisebenzi yonke yabo yokungahloniphi uNkulunkulu abadelela ngayo, nangawo onke amazwi alukhuni izoni ezingamesabi uNkulunkulu eziwakhulumile ngaye.”


“Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho, ngokuba uJehova akayikumyeka oliphatha ngeze igama lakhe.


Khumbula lokhu, Jehova, ukuthi isitha sithukile, nesizwe esinobuwula silihlambalazile igama lakho.


Savula umlomo waso ukuhlambalaza uNkulunkulu, ukuhlambalaza igama lakhe netabernakele* lakhe, nabo abahlezi ezulwini.


Weyise bani, wethuka bani, na? Uphakamisele bani izwi lakho, wabhekisa phezulu amehlo akho, na? NgoNgcwele ka-Israyeli!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite