Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 138:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Onke amakhosi omhlaba ayakukubonga, Jehova, lapho ezwile amazwi omlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wonke amakhosi omhlaba mawakubonge, Simakade, ngokuba ezwile amazwi omlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Onke amakhosi omhlaba ayakukudumisa, Jehova, lapho ezwa amazwi omlomo wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 138:4
14 Referans Kwoze  

Khona abezizwe bayakulesaba igama likaJehova, amakhosi onke omhlaba inkazimulo yakho.


Onke amakhosi ayakuziwisa phambi kwayo; zonke izizwe ziyakuyikhonza.


Imikhawulo yonke yomhlaba iyakukhumbula, iphendukele kuJehova, nezizukulwane zonke zezizwe ziyakukhuleka ebusweni bakho.


Ngiyakushumayeza abafowethu igama lakho, ngikudumise phakathi kwebandla.


Izizwe ziyakuhamba ekukhanyeni kwawo, namakhosi omhlaba aletha kuwo ubukhosi bawo;


Ingelosi yesikhombisa yayisibetha; kwase kuba khona amazwi amakhulu ezulwini athi: “Umbuso wezwe usungoweNkosi yethu nokaKristu wayo; iyakubusa kuze kube phakade naphakade.”


Uyakuncela ubisi lwezizwe, uncele namabele amakhosi; uyakwazi ukuthi mina Jehova nginguMsindisi wakho, noMhlengi wakho, uMninimandla kaJakobe.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, namakhosikazi awo ayakuba ngabancelisi bakho; bayakukukhothamela ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyakwazi ukuthi nginguJehova, abethemba kimi abayikujabha.”


nxa izizwe zibuthana ndawonye kanye nemibuso ukumkhonza uJehova.


Futhi mawungangishiyi, nxa ngimdala, ngiyimpunga, ngize ngishumayele ingalo yakho kuso isizukulwane, amandla akho kubo bonke abezayo.


Khona ngiyakufundisa abaphambukayo izindlela zakho; nezoni ziyakuphendukela kuwe.


Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite