Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 138:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngiyakukuhubela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngiyokubonga ngenhliziyo yami yonke, ngikuhubele phambi konkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngizakuhlabelela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 138:1
17 Referans Kwoze  

Haleluya! Ngiyakubonga uJehova ngenhliziyo yami yonke emhlanganweni nasebandleni labaqotho.


Ngokuba uJehova unguNkulunkulu omkhulu, uyinkosi enkulu phezu kwawonkulunkulu bonke.


Kunjani pho? Ngizakukhuleka ngomoya, ngikhuleke nangengqondo futhi; ngizakuhuba ngomoya, ngihube nangengqondo futhi.


Ngiyakukhuluma ngobufakazi bakho phambi kwamakhosi, ngingajabhi.


Ngokuba mkhulu uJehova, udumisekile kakhulu; uyesabeka phezu kwabo bonke onkulunkulu.


Mina ngathi: “Ningonkulunkulu nina,” nonke ningamadodana oPhezukonke.


UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu.


Ngiyakumbonga uJehova ngayo yonke inhliziyo yami; ngiyakulanda zonke izimangaliso zakho.


Azisibo yini zonke omoya bokukhonza abathunyelwe ukukhonza ngenxa yabayakudla ifa lokusindiswa na?


niphendulane ngamahubo nangezihlabelelo nangamaculo okomoya, nihlabelele, nihubele iNkosi enhliziyweni yenu,


UPawulu wayesethi: “Bengingazi, bazalwane, ukuthi ungumpristi omkhulu; ngokuba kulotshiwe ukuthi: “ ‘Ungakhulumi kabi ngombusi wesizwe sakini.’ ”


“Awuyikuthuka uNkulunkulu, ungaqalekisi induna yabantu bakini.


Ngiyakujabula, ngethabe kuwe; ngiyakudumisa igama lakho wena oPhezukonke,


Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite