Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 135:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 UJehova makabongwe eSiyoni, yena owakhe eJerusalema. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 USimakade makabongwe eZiyoni, yena owakhe eJerusalema. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Makabongwe uJehova eZiyoni, yena ohlala eJerusalema. Dumisani uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 135:21
13 Referans Kwoze  

UJehova makakubusise eseSiyoni, yena owenzile izulu nomhlaba.


Memeza, ujabule wena ohlezi eSiyoni, ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli phakathi kwakho.”


UJehova makakubusise eseSiyoni; uyakubona inhlanhla yaseJerusalema zonke izinsuku zokuphila kwakho.


Itabernakele* lakhe liseSalema, nendlu yakhe iseSiyoni.


kodwa ngikhethe iJerusalema ukuba igama lami libe khona lapho, ngakhetha noDavide ukuba abe phezu kwabantu bami u-Israyeli.’


Siyazindla ngomusa wakho, Jehova, siphakathi ethempelini lakho.


Mkhulu uJehova, udunyiswa kakhulu emzini kaNkulunkulu wethu entabeni yakhe engcwele.


Akabonanga ingozi kuJakobe, akabukanga nankathazo kwa-Israyeli. UJehova uNkulunkulu wakhe unaye, nesenanelo senkosi siphakathi kwabo.


Ngokuba uDavide wathi: “UJehova uNkulunkulu ka-Israyeli unike abantu bakhe ukuphumula; uhlezi eJerusalema kuze kube phakade;


kanye nalo lonke isiliva negolide oyakukufumana ezweni lonke laseBabele, neminikelo yesihle yabantu neyabapristi, benikelela ngesihle indlu kaNkulunkulu wabo eseJerusalema.


Inhle ngokuphakama, ingukuthokoza komhlaba wonke intaba yaseSiyoni emaceleni asenyakatho, umuzi weNkosi enkulu.


UNkulunkulu uyaziwa ezindlini zawo zobukhosi ukuthi uyinqaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite