Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 135:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 uSihoni inkosi yama-Amori, no-Ogi inkosi yaseBashani, nemibuso yonke yaseKhanani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 uSihoni, inkosi yama-Amori, u-Ogi, inkosi yaseBhashani, nemibuso yonke eKhanani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 uSihoni, inkosi yama-Amori, no-Ogi, inkosi yaseBashani, nemibuso yonke yaseKhanani;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 135:11
8 Referans Kwoze  

“Wabanika imibuso nezizwe owababela khona izindawo ngezindawo; badla izwe likaSihoni, izwe lenkosi yaseHeshiboni, nezwe lika-Ogi inkosi yaseBashani.


“Ekufikeni kwenu kule ndawo uSihoni inkosi yaseHeshiboni no-Ogi inkosi yaseBashani basiphumela ukulwa, sabanqoba,


Kepha uSihoni inkosi yaseHeshiboni akasivumelanga ukuba sidlule kuye, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho wenza lukhuni umoya wakhe, wenza ukuba ibe nenkani inhliziyo yakhe, ukuze amnikele esandleni sakho njenganamuhla.


Ngathuma iminyovu phambi kwenu eyawaxosha phambi kwenu amakhosi omabili ama-Amori, kungengankemba yakho noma ngomnsalo wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite