Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 130:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Uma Wena Simakade ungaqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 130:3
14 Referans Kwoze  

Ungangeni ekwahluleleni nenceku yakho, ngokuba akukho muntu okhona olungile emehlweni akho.


Wena, yebo, wena uyesabeka; ngubani ongema ebusweni bakho ngesikhathi solaka lwakho na?


ngokuba usuku olukhulu lolaka lwabo selufikile; ngubani-ke onamandla okuma na?”


Uma ngona, uyangiqaphela; awuyikuthethelela ukona kwami.


Ngubani ongathwala usuku lokufika kwaso? Ngubani oyakuma ekubonakaleni kwaso na? Ngokuba sinjengomlilo wocwengisisayo nensipho yomhlanzi.


Ngubani ongema ebusweni bentukuthelo yakhe na? Ngubani ongema ekufuthekeni kolaka lwakhe na? Ukufutheka kwakhe kuthululiwe njengomlilo, namadwala ayaqhekezeka phambi kwakhe.


Thina sonke sidukile njengezimvu; yilowo nalowo uphendukele endleleni yakhe; uJehova wehlisela phezu kwayo ububi bethu sonke.


Uyini umuntu ukuba abe ngohlambulukileyo, nozelwe ngowesifazane ukuba alungisiswe, na?


Noma ngilungile, umlomo wami uyakungilahla; noma ngingenacala, uyakuthi ngonakele.


Khumbula izinceku zakho o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ungabheki inkani yalaba bantu, nabubi babo, nasono sabo,


Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, ulungile, ngokuba sishiyiwe siyinsali nje njenganamuhla; bheka, siphambi kwakho necala lethu, nokho akakho ongema phambi kwakho ngenxa yalokho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite