Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -

AmaHubo 129:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Mababe njengotshani ophahleni, obubuna bungakakhuli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Mabafane notshani ophahleni, obubuna bungakakhuli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Mababe njengotshani ophahleni olubuna lungakakhuli;

Gade chapit la Kopi

AmaHubo 129:6
7 Referans Kwoze  

Ngokuba bayakusikwa masinyane njengotshani, babune njengemithana eluhlaza.

Kodwa seliphumile ilanga, yahwamuka; nangokuba ingenampande, yabuna.

Abakhe kuyo babe namandla amancane, besaba, bajabha; baba njengotshani basendle, nembali notshani obuluhlaza, nokuluhlaza ezimpahleni zezindlu, namabele ahamukile engakakhuli.

Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.

Abakhe kuyo babe namandla amancane, besaba, bajabha; baba njengotshani basendle, nembali notshani obuluhlaza, nokuluhlaza ezimpahleni zezindlu, namabele ahamukile engakakhuli.

Bheka, nezikhwebu eziyizintshwamu ezincane, ezihamukile ngumoya wasempumalanga, zahluma emva kwazo.

Swiv nou:

Piblisite

Piblisite