Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 128:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uyakubona abantwana babantwana bakho. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 ubone abantwana babantwana bakho. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Yebo, uyakubabona abantwana babantwana bakho, nokuthula phezu kuka-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 128:6
7 Referans Kwoze  

Emva kwalokho uJobe wayesekhona iminyaka eyikhulu namashumi amane, wabona amadodana akhe namadodana amadodana akhe kwaze kwaba yizizukulwane ezine.


UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMakiri indodana kaManase bazalelwa emathangeni kaJosefa.


Kepha abaphambukela ezindleleni zabo eziyizinsongensonge uJehova uzakubahambisa kanye nabenza okubi. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.


ukuba ayambule iNdodana yakhe kimi, ukuze ngiyishumayele phakathi kwabezizwe, khona lapho angibuzananga nenyama negazi,


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakwelulela kulo ukuthula njengomfula, nenkazimulo yezizwe njengomfudlana okhukhulayo, nincele, niphathwe ngezingalo zalo, niwothwe nisemathangeni.


Abantwana babantwana bangumqhele wabadala, nodumo lwabantwana lungoyise.


Wayesethi u-Israyeli kuJosefa: “Ngangingacabanganga ukuthi ngizakubona ubuso bakho; bheka, uNkulunkulu ungibonise nenzalo yakho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite