Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 128:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Babusisiwe bonke abamesabayo uJehova, abahamba ngezindlela zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ubusisiwe wonke umuntu owesaba uSimakade, ohamba ngezindlela zakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 (Ihubo.) Babusisiwe bonke abamesabayo uJehova; abahamba ngezindlela zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 128:1
24 Referans Kwoze  

Babusisiwe abaqotho endleleni, abahamba ngemithetho kaJehova.


Haleluya! Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova, othokoza kakhulu ngemithetho yakhe.


Isihawu sakhe sikuzo izizukulwane ngezizukulwane kubo abamesabayo.


Njengoyise ehawukela abantwana bakhe, kanjalo uJehova uyabahawukela abamesabayo.


Njalo-ke ibandla laba nokuthula kulo lonke laseJudiya, naseGalile, naseSamariya, lakheka, lihamba ekwesabeni iNkosi, landa ngenduduzo kaMoya oNgcwele.


UJehova uyathokoza ngabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Uma uJehova engayakhi indlu, basebenzela ize abayakhayo; uma uJehova engalondolozi umuzi, umlindi wawo ulindela ize.


Uyakubusisa abamesabayo uJehova, abancane nabakhulu.


Elokugcina-ke, bazalwane, siyaninxusa, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, njengalokho nihamba kanjalo, manivame kakhulu kulokho.


Kepha umusa kaJehova uphezu kwabamesabayo kwaphakade kuze kube phakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


Abamethembayo uJehova bafana nentaba yaseSiyoni engenakunyakaziswa kepha imi phakade.


Ekuhluphekeni kwami ngakhala kuJehova, wangiphendula.


abangenzi ukungalungi, kepha behamba ezindleleni zakhe;


Babelungile bobabili phambi kukaNkulunkulu behamba ngayo yonke imiyalo nezimiso zeNkosi, bengasoleki.


Ngiphakamisela amehlo ami ezintabeni; usizo lwami luvelaphi na?


Uma uJehova ebengenathi, makasho njalo manje u-Israyeli,


Mbonge uJehova, mphefumulo wami; konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.


Lapho uJehova abuyisa ukuthunjwa kweSiyoni, sasinjengabaphuphayo.


“Sengathi abantu bami bangangizwa, u-Israyeli ahambe ezindleleni zami.


Ngiyaphakamisela kuwe amehlo ami, wena ohlezi ezulwini.


Ngajabula lapho bethi kimi: “Masiye endlini kaJehova.”


“Uyakubusiswa emzini, ubusiswe nasensimini.


Ngokuba ngizigcinile izindlela zikaJehova; angimukanga kuNkulunkulu wami ngokushinga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite