Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 125:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Ngokuba intonga yababi ayinakuhlala phezu kwesabelo sabalungileyo, funa abalungileyo belulele izandla zabo kokubi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Ngokuba intonga yezikhohlakali ayinakuhlala phezu kwesabelo sabalungileyo, funa abalungileyo benze okungalungile ngezandla zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Ngokuba intonga yababi ayiyikuhlala esabelweni sabalungileyo; ukuze abalungileyo bangeluli izandla zabo ebubini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 125:3
11 Referans Kwoze  

Ohlwanyela ububi uyakuvuna usizi, nenduku yolaka lwakhe iyakuphela.


Isitha asiyikumahlula, nendodana yobubi ayiyikumhlupha.


Ungesabi lokho ozakuhlupheka ngakho. Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye kini etilongweni ukuba nilingwe, futhi niyakuhlupheka izinsuku eziyishumi. Thembeka kuze kube sekufeni, ngokunika umqhele wokuphila.


Anifikelwanga ukulingwa okungenjengokwabantu; kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu, kepha oyakuthi kanye nokulingwa anenzele indlela yokuphepha, nize nibe namandla okukuthwala.


Ngokubamukisa nangokubaxosha uyabajezisa; wabasusa ngomoya wakhe olukhuni ngosuku lomoya wasempumalanga.


Bheka, namuhla amehlo akho abonile ukuthi uJehova wayekunikele esandleni sami emhumeni; abanye bathi mangikubulale, kepha ngakuhawukela, ngathi: ‘Angiyikwelulela isandla sami kuyo inkosi yami, ngokuba ingogcotshiweyo kaJehova.’


“Wo kulo i-Asiriya, intonga yentukuthelo yami, nokusesandleni salo ukufutheka kwami kuyinduku.


Akathethi njalonjalo; akagcini intukuthelo yakhe kuze kube phakade.


Ngokuba uyakwazi ukubunjwa kwethu; uyakhumbula ukuthi siluthuli.


Ubeka isandla ngakuye ohlalisene kahle naye; udumazile isivumelwano sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite