Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 121:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UJehova ungumlondi wakho; uJehova ungumthunzi wakho ngasesandleni sakho sokunene.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 USimakade ungumvikeli wakho, uSimakade ungumthunzi wakho ngasesandleni sakho sokunene.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 UJehova unguMlindi wakho; uJehova uyisithunzi sakho ngakwesokunene sakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 121:5
8 Referans Kwoze  

Ngokuba ubuyinqaba kwabampofu, inqaba kwabaswelayo ekucindezelweni kwabo, isiphephelo esivunguvungwini, umthunzi ekubaleleni, ngokuba umoya waba nonya, unjengesivunguvungu odongeni,


Yena owakhile ekusithekeni koPhezukonke nohlezi emthunzini kaSomandla


Ngimbeke uJehova njalo phambi kwami, ngokuba ungakwesokunene sami, angiyikuzanyazanyiswa.


UJehova wahamba phambi kwabo emini ngensika yefu eyobahola endleleni, nasebusuku ngensika yomlilo eyobakhanyisela ukuba bahambe imini nobusuku.


Ngokuba uyakuma ngakwesokunene sompofu ukumsindisa kulabo abalahla umphefumulo wakhe.


Umuntu uyakuba yindawo yokucashela umoya nesivikelo esivunguvungwini njengemifula yamanzi endaweni eyomileyo, njengomthunzi wedwala ezweni eliyethileyo.


“Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi nokhanda ngamatshe abathunyelwe kuwe, kukangaki ngithanda ukubuthela ndawonye abantwana bakho njengesikhukukazi sibuthela amazinyane aso phansi kwamaphiko aso, kepha anivumanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite