Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 120:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Imicibisholo ebukhali yeqhawe namalahle omlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Imicibisholo ebukhali yeqhawe namalahle avuthayo omtholo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Imicibisholo ebukhali yamaqhawe namalahle ojunipha.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 120:4
19 Referans Kwoze  

Ufakazi wamanga akayekwa, nophafuza amanga uyakubhubha.


Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.


Ufakazi wamanga akayekwa, nophafuza amanga akayikusinda.


Umuntu omubi uphanda okubi, nasezindebeni zakhe kunjengomlilo ohlangulayo.


Imicibisholo yakho ibukhali, izizwe ziyawa phansi kwakho; isenhliziyweni yezitha zenkosi.


Kepha amagwala, nabangakholwayo, nabanengekayo, nababulali, nezifebe, nabathakathi, nabakhonza izithombe, nabo bonke abaqamba amanga, isabelo sabo siyakuba sechibini elivutha umlilo nesibabule, okungukufa kwesibili.”


Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova, kepha abenza iqiniso bayintokozo yakhe.


Omubi uthola inzuzo yenkohliso, kepha ohlwanyela ukulunga unomvuzo oqinisekileyo.


Odelela umakhelwane wakhe akanakuhlakanipha, kepha umuntu onengqondo uyazithulela.


Ngomlomo umuntu ongenaNkulunkulu ubulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bayakhululwa ngokwazi.


Bheka, bayampompa ngomlomo wabo, kukhona izinkemba ezindebeni zabo, ngokuba bathi: “Ngubani ozwayo na?”


Umphefumulo wami uphakathi kwezingonyama; ngilala kwabavutha umlilo, abantwana babantu abamazinyo abo ayimikhonto nemicibisholo, abalulimi lwabo luyinkemba ebukhali.


Ngakho-ke uNkulunkulu uyakukubhidliza kuze kube phakade; uyakukubamba, akukhiphe etendeni lakho, akusiphule ezweni labaphilayo. Sela*


izikhali zokubulala azibhekisele kuye; imicibisholo uyenza ishise.


Amazwi omncethezi anjengezibiliboco; ayehlela kokuphakathi komuntu.


Ngalokho uJehova Sebawoti usho kanje, uthi: “Ngiyakubancibilikisa, ngibavivinye, ngokuba ngingenze njani ngenxa yendodakazi yabantu bami na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite