Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 12:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wena Jehova uyakubagcina, ubavikele kulesi sizukulwane kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Wena Simakade uyakubagcina, umvikele kulesi sizukulwane, kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kumelwe ubagcine, Jehova, ubalondoloze kulesi sizukulwane kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 12:7
15 Referans Kwoze  

“Uyakugcina izinyawo zabathembekileyo bakhe, kepha ababi bayakuthuliswa ebumnyameni, ngokuba akukho muntu oyakwahlula ngamandla.


nina enilondolozwa ngamandla kaNkulunkulu ngokukholwa ukuba nibe nokusindiswa okulungiselwe ukwambulwa ngesikhathi sokugcina;


UJehova uyalondoloza bonke abamthandayo, kepha ababi bonke uyakubabhubhisa.


UJehova uyakulondoloza ukuphuma kwakho nokungena kwakho kusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.


UJehova uyabasiza, abakhulule; ubakhulula kwababi, abasindise, ngokuba bayamethemba.


Kepha kwathi ebona abaningi kubaFarisi nabaSadusi beza embhapathizweni, wathi kubo: “Nzalo yezinyoka, ngubani onibonise ukubalekela intukuthelo ezayo na?


Mina Jehova ngingumlindi waso, ngiyakusinisela njalo; funa soniwe, ngiyakusilinda ubusuku nemini.


Ngokuba uJehova uthanda ukulunga, akabashiyi abangcwele bakhe; bayalondolozwa kuze kube phakade, kepha inzalo yababi iyachithwa.


Ngilondoloze, Nkulunkulu, ngokuba ngiyaphephela kuwe.


ukuba wahlulele intandane nocindezelweyo, ukuze umuntu wasemhlabeni angabe esabanga uvalo.


Yebo, uyazithanda izizwe, bonke abangcwele bakhe basesandleni sakho; bahlala ngasezinyaweni zakho, bamukele okwamazwi akho.


UJuda inceku kaJesu Kristu, umfowabo kaJakobe, kubo ababiziweyo abathandwa kuNkulunkulu uYise nabagcinelwe uJesu Kristu:


Ngokuba ngubani onguNkulunkulu ngaphandle kukaJehova, ngubani oyidwala ngaphandle kukaNkulunkulu wethu na?


Ukumesaba uJehova kuhlanzekile, kumi kuze kube phakade; imithetho kaJehova iyiqiniso, ilungile yonke.


Izwi lakho licwebile kakhulu; ngalokho inceku yakho iyalithanda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite