Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:95 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

95 Ababi bahlalele ukungibhubhisa, kepha ngiyaqaphela ubufakazi bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

95 Izikhohlakali zicuthele ukungibhubhisa, kodwa mina ngigcina ubufakazi bakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

95 Ababi bangilindele ukuba ngizichithe, kepha mina ngiyakuqaphela ubufakazi bakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:95
19 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami uyagcina ubufakazi bakho; ngiyabuthanda kakhulu.


Ngibambelele ebufakazini bakho; ungangijabhisi, Jehova.


Abazidlayo baqamba amanga ngami; ngenhliziyo yonke yami ngiyakugcina iziyalezo zakho.


bazicelela umusa ngaye wokuba ambizele eJerusalema, becebile ukumqamekela ukuba bambulale endleleni.


Ngakho-ke wena ungabavumeli, ngokuba kubona amqamekele amadoda angaphezu kwamashumi amane azilokotheleyo ukuba angadli, angaphuzi, engakambulali; manje-ke sebelungele bebheke isithembiso sakho.”


UPetru esesangulukile wathi: “Manje sengiyazi ngeqiniso ukuthi iNkosi ithumile ingelosi yayo, yangikhulula esandleni sikaHerode nakukho konke okubhekwe yisizwe sabaJuda.”


Ubufakazi bakho buyisimangaliso; ngalokho umphefumulo wami uyabugcina.


Ngiyinceku yakho; ngiphe ingqondo ukuba ngazi ubufakazi bakho.


Izintambo zababi ziyangizungeza, kepha angikhohlwa umthetho wakho.


Ubufakazi bakho buyintokozo yami, bungumluleki wami.


Abafuna umphefumulo wami bayangicupha; abafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, bazindla inkohliso usuku lonke.


Omubi uqaphela olungileyo, ufuna ukumbulala.


Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.


Ngidlile ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kuyintokozo yenhliziyo yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite