Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:90 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

90 Ezizukulwaneni ngezizukulwane ukuthembeka kwakho kukhona; wamisa umhlaba; usemi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

90 Ezizukulwaneni ngezizukulwane ukwethembeka kwakho kukhona; wamisa umhlaba; usemi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

90 Ukuthembeka kwakho kuvela ezizukulwaneni ngezizukulwane; wawusekela umhlaba, umi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:90
12 Referans Kwoze  

Ngokuba muhle uJehova; umusa wakhe umi phakade, nokuthembeka kwakhe ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Uyakunika uJakobe ukuthembeka no-Abrahama umusa owakufungela obaba kwasezinsukwini zasendulo.


Futhi wakumisa kuze kube phakade; washaya umthetho ongenakweqiwa.


UJehova uyinkosi, wembethe ubukhosi; uJehova wembethe, ubhince amandla. Nezwe limi liqinile, lingazanyazanyiswa.


Jehova, ububele bakho bufinyelela ezulwini, nokuthembeka kwakho kuze kube semafwini.


Ngelakho izulu, ngowakho umhlaba; izwe nokugcwala kwalo, kukho konke ubeke isisekelo.


Yazi-ke ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho unguNkulunkulu, uNkulunkulu othembekileyo, ogcina isivumelwano nomusa nabamthandayo abagcina imiyalo yakhe kuze kube sezizukulwaneni eziyinkulungwane,


Isizukulwane siyamuka, isizukulwane siyeza, kepha umhlaba umi phakade.


Umisile umhlaba phezu kwezisekelo zawo, ukuze ungazanyazanyiswa kuze kube phakade naphakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite