Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:88 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

88 Ngiphilise ngokomusa wakho, ukuze ngigcine ubufakazi bomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

88 Ngesihawu sakho hlenga impilo yami, ukuze ngibugcine ubufakazi bakho obusho ngomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

88 Ngiphilise ngokomusa wakho; kanjalo ngiyakugcina ubufakazi bomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:88
10 Referans Kwoze  

Zonke izindlela zikaJehova zingububele neqiniso kulabo abagcina isivumelwano sakhe nezifakazelo zakhe.


Bheka, ngiyalangazelela iziyalezo zakho; ngiphilise ngokulunga kwakho.


Umphefumulo wami unamathela othulini; ngiphilise ngokwezwi lakho.


Bheka ukuthi ngithanda kangaka iziyalezo zakho, Jehova; ngiphilise ngokomusa wakho.


Ngikhala kuwe, ngisindise; ngiyakugcina ubufakazi bakho.


Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe, abamfuna ngenhliziyo yonke,


Ngokuba wamisa ubufakazi kwaJakobe, wabeka umthetho kwa-Israyeli, ayala ngawo obaba ukuba bafundise abantwana babo,


Uma abantwana bakho begcina isivumelwano sami nobufakazi bami engiyakubafundisa bona, khona abantwana babo bayakuhlala esihlalweni sakho kuze kube phakade.”


Yenza encekwini yakho ngokomusa wakho, ungifundise izimiso zakho.


Yizwa izwi lami ngokomusa wakho, Jehova, ungiphilise ngokwezahlulelo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite