Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Izimiso zakho ngiyakuzigcina; ungangishiyi nakanci.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngizozigcina izimiso zakho; uze ungangishiyi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngiyakugcina izimiso zakho; ungangishiyi ngokuphelele

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:8
11 Referans Kwoze  

Ungangilahli esikhathini sobudala, ungangishiyi ekupheleni kwamandla ami,


Nginamandla ukwenza konke ngaye ongiqinisayo.


Ungangilahli ebusweni bakho, ungangemuki uMoya wakho oNgcwele.


Ngiyaduka njengemvu elahlekileyo; funa inceku yakho, ngokuba angikhohlwa imiyalo yakho.


Futhi mawungangishiyi, nxa ngimdala, ngiyimpunga, ngize ngishumayele ingalo yakho kuso isizukulwane, amandla akho kubo bonke abezayo.


Ngifungile; ukulonda izahlulelo zakho ezilungileyo ngakugcina.


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo besengaphesheya koMfula,* noma onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.”


Ngikhala ngenhliziyo yami yonke; ngizwe, Jehova; izimiso zakho ngiyakuzigcina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite