Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:73 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

73 Izandla zakho zingenzile, zangibumba; ngiphe ingqondo, ukuze ngifunde imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

73 Ngenziwe yizandla zakho, zangibumba, ngiphe umqondo ukuze ngifunde imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

73 JOD. Izandla zakho zangenza, zangibumba; ngiphe ukuqonda, ukuze ngifunde imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:73
17 Referans Kwoze  

UJehova uyakufeza okwami; Jehova, umusa wakho umi phakade; ungashiyi imisebenzi yezandla zakho.


Owangenza mina esiswini, wabenza nabo; owasibumba esizalweni munye.


Qonda engikushoyo; ngokuba iNkosi iyakukunika ukuqonda ngezinto zonke.


Ngiyinceku yakho; ngiphe ingqondo ukuba ngazi ubufakazi bakho.


Ukumesaba uJehova kungukuqala kokuhlakanipha; banengqondo enhle bonke abakwenzayo. Udumo lwakhe lumi kuze kube phakade.


Nokho kukhona umoya kumuntu; ukuphefumula kukaSomandla kuyabaqondisa.


Kepha sazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ingqondo ukuze simazi oweqiniso; sikuye oweqiniso, kuyo iNdodana yakhe uJesu Kristu. Yena unguNkulunkulu oqinisileyo nokuphila okuphakade.


Ngiphe ingqondo, ukuze ngiqaphele umthetho wakho, ngiwugcine ngenhliziyo yami yonke.


Yazini ukuthi uJehova unguNkulunkulu; nguye osenzileyo, akuthina, sibe ngabantu bakhe nezimvu zedlelo lakhe.


Kepha isithelo sokulunga sihlwanyelwa ngokuthula kubo abakwenzayo ukuthula.


Ukukhala kwami makusondele ebusweni bakho, Jehova; ngiqondise ngokwezwi lakho.


UHiramu wathi futhi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli owenza izulu nomhlaba, nowanika uDavide inkosi indodana ehlakaniphileyo, enolwazi nengqondo, eyakwakhela uJehova indlu nendlu yombuso wakhe.


Ukulunga kobufakazi bakho kumi phakade; ngiphe ukuqonda ukuba ngiphile.


Kuphela, uJehova makakuphe ukuhlakanipha nokuqonda, akuyale ngo-Israyeli ukuba ugcine umthetho kaJehova uNkulunkulu wakho.


Wozani; masikhuleke, sikhothame, siguqe phambi kukaJehova, uMenzi wethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite