Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:70 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

70 Inhliziyo yabo injengamafutha ingezwa lutho; kepha mina ngithokoza ngomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

70 Inhliziyo yabo ilukhuni, abezwa lutho, kodwa mina ngithokoza ngomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

70 Inhliziyo yabo ikhuluphele njengamanoni; kepha mina ngiyathokoza ngomthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:70
8 Referans Kwoze  

Bavalelwe ngamanoni abo, bakhuluma ngokuzidla ngomlomo wabo.


ngokuba inhliziyo yalesi sizwe seyaba buthuntu; bezwa kanzima ngezindlebe, amehlo abo bawacimezile, funa mhlawumbe babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphilise.” ’


Amehlo abo aphinqekile ngokunona; imicabango yenhliziyo iyachichima.


Yenza inhliziyo yalaba bantu ukuba ikhuluphale, nezindlebe zabo zibe buthuntu, ufiphaze amehlo abo, funa babone ngamehlo abo, bezwe ngezindlebe zabo, baqonde ngenhliziyo yabo, babuye, baphiliswe.”


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


ngokuba ngiwenamela umthetho kaNkulunkulu ngokomuntu ongaphakathi,


Ngihambise endleleni yemiyalo yakho, ngokuba ngiyathokoza ngayo.


Ngiyathanda ukwenza intando yakho, Nkulunkulu wami, nomthetho wakho usenhliziyweni yami.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite