Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:61 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 Izintambo zababi ziyangizungeza, kepha angikhohlwa umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

61 Nakuba izintambo zezikhohlakali zingithandela, angikhohlwa ngumthetho wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

61 Izixuku zababi zingigezile, kepha angikhohlwa umthetho wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:61
12 Referans Kwoze  

Ngiyaduka njengemvu elahlekileyo; funa inceku yakho, ngokuba angikhohlwa imiyalo yakho.


Njengabaphangi beqamekela umuntu, isigaba sabapristi siyabulala endleleni eya eShekemi, yebo, benza okunengekayo.


Ungasho ukuthi: “Njengalokho ekwenzile kimi, kanjalo ngiyakwenza kuye, ngimphindisele umuntu njengesenzo sakhe.”


Abazidlayo bangifihlela ugibe; ngezintambo bendlala inetha; eceleni kwendlela bangibekela izihibe. Sela*


Ababi bahlalele ukungibhubhisa, kepha ngiyaqaphela ubufakazi bakho.


Hhawu, Jehova, ziningi izitha zami. Baningi abangivukelayo.


Esakhuluma lowo, kwafika nomunye, wathi: “AmaKaledi enza amaviyo amathathu, ahlasela amakamela, awathatha, azibulala izinceku ngosiko lwenkemba; mina ngedwa kuphela ngisindile, ukuze ngikubikele.”


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite