Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 khona ngingeyukujabha, lapho ngihlonipha yonke imiyalelo yakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Khona angiyikujabha, uma ngigcina yonke imiyalo yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:6
10 Referans Kwoze  

Nakalokhu, bantwanyana, hlalani kuye, ukuze, nxa ebonakala, sibe nesibindi, singabi namahloni sinyibe kuye ekubonakaleni kwakhe.


ngokuba lapho uyakuthokoza ngoSomandla, uphakamisele kuNkulunkulu ubuso bakho.


Ningabahlobo bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Inhliziyo yami mayiphelele ezimisweni zakho, ukuze ngingajabhi.


Ngokuba ogcina wonke umthetho kepha akhubeke kowodwa, unecala kuyo yonke.


Ngalokho ngiyavuma ukuthi imiyalo yakho yonke ilungile; ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Ngibambelele ebufakazini bakho; ungangijabhisi, Jehova.


Ngiphase ngokwezwi lakho, ukuze ngiphile, ngingajabhi ngethemba lami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite