Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:57 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 UJehova uyisabelo sami; ngithi ngiyakugcina amazwi akho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

57 USimakade uyisabelo sami; ngithi amazwi akho ngizowagcina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

57 CHETH. Wena uyisabelo sami, Jehova, ngishilo ukuthi ngiyakugcina amazwi akho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:57
16 Referans Kwoze  

UJehova uyisabelo sami, usho umphefumulo wami; ngakho ngiyakwethemba kuye.


UJehova uyisabelo esahlukaniselwe mina, nendebe yami; wena uqinisa ifa lami.


Ngikhala kuwe Jehova, ngithi: “Wena uyisiphephelo sami nesabelo sami ezweni labaphilayo.”


Oyisabelo sikaJakobe akanjengalezo, ngokuba nguye obumbile konke; u-Israyeli uyisizwe sefa lakhe, nguJehova Sebawoti igama lakhe.


Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela; nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.


Sukani kimi nina enenza okubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Kepha abantu bathi kuJoshuwa: “Qha, ngokuba siyakumkhonza uJehova.”


UJehova waxosha phambi kwethu bonke abantu, nama-Amori futhi ayehlala ezweni; ngalokho nathi siyakumkhonza uJehova, ngokuba unguNkulunkulu wethu.”


Uma kukubi emehlweni enu ukumkhonza uJehova, khethani namuhla ukuthi ngubani eniyakumkhonza, noma onkulunkulu ababakhonzayo oyihlo besengaphesheya koMfula,* noma onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo; kepha mina nendlu yami siyakumkhonza uJehova.”


Ngifungile; ukulonda izahlulelo zakho ezilungileyo ngakugcina.


ezaphinyiselwa yizindebe zami, zakhulunywa ngumlomo wami ngisekuhluphekeni.


Asiyikuba nafa phakathi kwabafowabo; uJehova uyifa laso, njengalokho ekhulumile kuso.


Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe, abamfuna ngenhliziyo yonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite