Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Ngiyakuphakamisela izandla zami kuyo imiyalo yakho engiyithandileyo, ngizindle ngezimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

48 Ngiyakuyihlonipha imiyalo yakho, engiyithandayo, futhi ngizozindla ngezimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Ngiyakuphakamisela izandla zami emiyalweni yakho engiyithandayo; ngiyakuzindla ngezimiso zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:48
11 Referans Kwoze  

Ngiyakuzindla ngeziyalezo zakho, ngihloniphe izindlela zakho.


kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova, ozindla ngomthetho wakhe imini nobusuku.


“Asibo bonke abashoyo kimi ukuthi: ‘Nkosi, Nkosi,’ abayakungena embusweni wezulu, kuphela owenza intando kaBaba osezulwini.


Ningabahlobo bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Uma nazi lokho, nibusisiwe uma nikwenza.


Masiphakanyiswe isandla sakho phezu kwezitha zakho, zinqunywe zonke izitha zakho.


Ngokuba ebebakhonza phambi kwezithombe zabo, aba yisikhubekiso sobubi kuyo indlu yakwa-Israyeli, ngalokho ngiphakamisile isandla sami kuwo, isho iNkosi uJehova, athwale ububi bawo.


Vuka, Jehova! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho, ungakhohlwa abahluphekileyo.


U-Isaka waphuma ntambama ukuyozindla endle; waphakamisa amehlo akhe, wabona; bheka, kweza amakamela.


Ngiyawuthanda umthetho wakho kangaka. Usuku lonke ngizindla ngawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite