Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Vula amehlo ami ukuba ngibone izimangaliso zasemthethweni wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Vula amehlo ami ukuba ngibone izimangaliso ezisemthethweni wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Vula amehlo ami, ukuze ngibone izimangaliso ezivela emthethweni wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:18
17 Referans Kwoze  

ukuvula amehlo abo ukuba basuke ebumnyameni, baphendukele ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baphendukele kuNkulunkulu, ukuze bamukeliswe ukuthethelelwa kwezono nesabelo phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.’


Khona amehlo ezimpumputhe ayakuvulwa, zivuleke nezindlebe zezithulu.


Kungalokhu ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba noma bebona, kababoni, noma bezwa, kabezwa, kabaqondi.


Amehlo ababonayo awayikuphuphutheka; izindlebe zabezwayo ziyakulalela.


Ngalolo suku izithulu ziyakuzwa amazwi encwadi, namehlo ezimpumputhe ayakubona, engasenakufiphala ngesigayegaye nabumnyama.


Wathi uJesu: “Mina ngizele ukwahlulela kuleli zwe ukuba abangaboniyo babone, nababonayo babe yizimpumputhe.”


UJesu waphendula, wathi kuye: “Ubusisiwe wena Simoni kaJona, ngokuba inyama negazi akukwambulelanga lokhu kodwa uBaba osezulwini.


ngiyakululeka ukuba uthenge kimi igolide elihlanzwe ngomlilo ukuze ucebe, nezingubo ezimhlophe ukuze wembathe, kungabonakali ihlazo lobuze bakho nomuthi wamehlo wokugcoba amehlo akho ukuba ubone.


bekhonza okungumfanekiso nesithunzi sokwasezulwini, njengokuba uMose wayalwa esezakwenza itabernakele* ngokuthi: “Bheka, wokwenza konke ngesifanekiso owaboniswa sona entabeni,”


Ngibonile ukugcina kokuphelelyo konke, kepha umthetho wakho ubanzi kakhulu.


Ngokuba lokhu umthetho unesithunzi sezinto ezinhle ezizayo, ungesiwo umfanekiso wazo uqobo, ungeze waba namandla ngemihlatshelo enikelwa njalonjalo iminyaka ngeminyaka ukubenza baphelele labo abasondelayo;


Noma ngimlobela imithetho yami kaningi, iyashaywa okungaziwayo.


Zathi kuye: “Nkosi, ukuba amehlo ethu avuleke.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite