Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:170 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

170 Ukuncenga kwami makuze ebusweni bakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

170 Ukunxusa kwami makufinyelele phambi kwakho; ngihlenge ngokwezwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

170 Ukuncenga kwami makuze phambi kobuso bakho; ngisindise ngokwezwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:170
9 Referans Kwoze  

Mawuze kimi umusa wakho, Jehova, insindiso yakho ngokwezwi lakho.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, nxa ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


“Manje, Jehova Nkulunkulu, izwi olikhulumile ngenceku yakho nangendlu yayo, liqinise kuze kube phakade, wenze njengokukhuluma kwakho.


Beka kimi indlebe yakho, ungophule masinyane, ube yidwala eliqinileyo kimi, indlu yezinqaba yokungisindisa.


Ngingowakho, ngisindise, ngokuba ngiyafuna iziyalezo zakho.


Ake uzwe manje, nkosi yami, nkosi; ukunxusa kwami makufike phambi kwakho ukuba ungangibuyiseli endlini kaJonathani umbhali, funa ngifele khona.”


zathi kuJeremiya umprofethi: “Ukunxusa kwethu makwamukeleke ngaphambi kwakho, usikhulekele kuJehova uNkulunkulu wakho, unxusele yonke le nsali, ngokuba sisele singaba yingcosana kwabaningi, njengalokhu amehlo akho ekubona nje,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite