Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Yenzele okuhle inceku yakho ukuba ngiphile, ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Yenzele okuhle inceku yakho, ukuze ngiphile, ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 AMAGILI. Yenza kahle encekwini yakho, ukuze ngiphile, ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:17
19 Referans Kwoze  

ngizakuhlabelela kuJehova, ngokuba ungenzele okuhle.


Buyela ekuphumuleni kwakho, mphefumulo wami, ngokuba uJehova ukuphathe ngomusa.


Yenza encekwini yakho ngokomusa wakho, ungifundise izimiso zakho.


Uyenzele inceku yakho okuhle, Jehova, ngokwezwi lakho.


Uma nazi ukuthi ulungile, yazini ukuthi yilowo nalowo owenza ukulunga uzelwe nguye.


UNkulunkulu wami uzakugcwalisa ukuswela konke kwenu njengokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKristu Jesu.


Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle ayilungisela ngaphambili uNkulunkulu ukuba sihambe kuyo.


Ngokuba ekugcwaleni kwakhe samukele sonke umusa phezu komusa.


Bheka kimi, ube nomusa kimi njengokufanele abathanda igama lakho.


Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe, abamfuna ngenhliziyo yonke,


Ububele bakho mabuze kimi, ukuze ngiphile, ngokuba umthetho wakho uyintokozo yami.


Ngiphase ngokwezwi lakho, ukuze ngiphile, ngingajabhi ngethemba lami.


Ukulunga kobufakazi bakho kumi phakade; ngiphe ukuqonda ukuba ngiphile.


Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izahlulelo zakho mazingisize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite