Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:162 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

162 Ngithokoza ngezwi lakho njengozuza impango enkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

162 Ngiyathokoza ngezwi lakho njengomuntu ejabulela impango eningi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

162 Ngiyathokoza ngezwi lakho njengozuza impango enkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:162
7 Referans Kwoze  

Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; amazwi akho aba ngukujabula kimi nokuthokoza kwenhliziyo yami, ngokuba ngibizwa ngegama lakho, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Umthetho womlomo wakho muhle kunezinkulungwane zegolide nezesiliva.


Ngidlile ifa lobufakazi bakho kuze kube phakade, ngokuba kuyintokozo yenhliziyo yami.


Wayesemehlisa; bheka, babehlakazekile endaweni yonke, bedla, bephuza, besina phakathi kwayo yonke impango ababeyithathile ezweni lamaFilisti nasezweni lakwaJuda.


Uyakwandisa isizwe, ukhulise intokozo yaso; bathokoza phambi kwakho njengokuthokoza ekuvuneni, njengalokhu abantu bethokoza ekwabeleni kwabo impango.


Kungcono ukuba nomoya othobekileyo kanye nabathobekileyo, kunokwabelana impango nabazidlayo.


Ngithokoza ngendlela yobufakazi bakho njengemfuyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite