Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ngiyakuzindla ngeziyalezo zakho, ngihloniphe izindlela zakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngizozindla ngeziyalezo zakho, ngizihloniphe izindlela zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngiyakuzindla ngemiyalo yakho, ngihloniphe izindlela zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:15
12 Referans Kwoze  

kepha okuthokoza kwakhe kusemthethweni kaJehova, ozindla ngomthetho wakhe imini nobusuku.


Kepha obukisisa emthethweni opheleleyo wenkululeko nohlala kuwo, engesiye ozwayo nje akhohlwe, kodwa engowenzayo asebenze, lowo uzakuba ngobusisiweyo ekwenzeni kwakhe.


Amehlo ami ayandulela imilindo yobusuku ukuba ngizindle ngezwi lakho.


Ngiyawuthanda umthetho wakho kangaka. Usuku lonke ngizindla ngawo.


Abazidlayo mabajabhe, ngokuba bangicindezele, kungekho sizathu; kepha mina ngiyakuzindla ngeziyalezo zakho.


Ngiyakuphakamisela izandla zami kuyo imiyalo yakho engiyithandileyo, ngizindle ngezimiso zakho.


Ngivula umlomo wami, ngikhefuzela, ngokuba ngiyalangazelela imiyalo yakho.


Ngisekele, ngize ngisindiswe, ngibheke njalo izimiso zakho.


Yebo, izikhulu zihlezi zikhuluma ngami; inceku yakho iyazindla ngezimiso zakho.


Khona angiyikujabha; ngiyakuhlonipha iziyalezo zonke zakho.


U-Isaka waphuma ntambama ukuyozindla endle; waphakamisa amehlo akhe, wabona; bheka, kweza amakamela.


Ngiyaqonda kunabo bonke abangifundisayo, ngokuba ngizindla ngobufakazi bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite