Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:145 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

145 Ngikhala ngenhliziyo yami yonke; ngizwe, Jehova; izimiso zakho ngiyakuzigcina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

145 Ngizwe Simakade, ngikhala ngenhliziyo yami yonke; ngizozigcina izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

145 IKHANDA. Ngakhala ngenhliziyo yami yonke; ngilalele, Jehova, ngiyakugcina izimiso zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:145
14 Referans Kwoze  

Ngikufunile ngenhliziyo yami yonke; mangingaphambuki emiyalweni yakho.


Niyakungifuna, ningifumane, lapho ningifunisisa ngenhliziyo yenu yonke.


Ngifungile; ukulonda izahlulelo zakho ezilungileyo ngakugcina.


Jehova, yizwa umkhuleko wami; ukukhala kwami makufinyelele kuwe.


Sukani kimi nina enenza okubi, ngokuba ngiyakugcina imiyalo kaNkulunkulu wami.


Khona ngiyakuwugcina njalo umthetho wakho, yebo, kuze kube phakade.


Thokozisa umphefumulo wenceku yakho, ngokuba kuwena, Nkosi, ngiyawuphakamisela umphefumulo wami.


Thembani kuye ngezikhathi zonke nina bantu, nithulule inhliziyo yenu phambi kwakhe; uNkulunkulu uyisiphephelo sethu. Sela*


UHana waphendula wathi: “Hhayi, nkosi, ngingowesifazane ohluphekileyo; angiphuzanga iwayini naphuzo olunamandla, kepha bengithulula umphefumulo wami phambi kukaJehova.


Umphefumulo wakhe wawunomunyu, wakhuleka kuJehova, wakhala kakhulu.


Izimiso zakho ngiyakuzigcina; ungangishiyi nakanci.


Ngincenga ubuso bakho ngenhliziyo yami yonke; yiba nomusa kimi ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite