Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:142 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

142 Ukulunga kwakho kungukulunga okuphakade; umthetho wakho uyiqiniso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

142 Ukulunga kwakho kungukulunga okuphakade; umthetho wakho uyiqiniso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

142 Ukwahlulela kwakho kungukulunga kwaphakade, nomthetho wakho uyiqiniso.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:142
11 Referans Kwoze  

Bangcwelise ngeqiniso, izwi lakho liyiqiniso.


Ukumesaba uJehova kuhlanzekile, kumi kuze kube phakade; imithetho kaJehova iyiqiniso, ilungile yonke.


Wena Jehova useduze; imiyalo yakho yonke iyiqiniso.


Ngokuba inundu iyakubadla njengengubo, nebhu libadle njengoboya bezimvu, kodwa ukulunga kwami kuyakuma kuze kube phakade, nensindiso yami ezizukulwaneni ngezizukulwane.”


Phakamiselani amehlo enu ezulwini, niwubheke umhlaba phansi, ngokuba izulu liyakunyamalala njengomusi, umhlaba uguge njengengubo, nabakhileyo kuwo bafe njengezinsensane, kepha insindiso yami iyakuma kuze kube phakade, nokulunga kwami akuyikuphela.


uma-ke nimzwile nafundiswa kuye, njengokuba iqiniso likuJesu,


Ukulunga kobufakazi bakho kumi phakade; ngiphe ukuqonda ukuba ngiphile.


Ukulunga kwakho kunjengezintaba ezinkulukazi, ukwahlulela kwakho kulutwa olukhulu; usindisa abantu nezilwane, Jehova.


“Amasonto angamashumi ayisikhombisa anqunyelwe abantu bakho nomuzi wakho ongcwele ukuqeda iziphambeko, nokukhawula izono, nokwenza ukubuyisana ngobubi, nokungenisa ukulunga okuphakade, nokunamathelisa umbono nesiprofetho, nokugcoba indlu engcwelengcwele.


Amazwi akho onke ayiqiniso; zonke izahlulelo zakho ezilungileyo zimi kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite