Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Ngomlomo wami ngimemezele zonke izahlulelo zomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ngomlomo wami ngimemezele zonke izehlulelo zomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngezindebe zami ngimemezele zonke izahlulelo zomlomo wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:13
14 Referans Kwoze  

Umlomo wolungileyo ushumayela ukuhlakanipha; ulimi lwakhe lukhuluma ukulunga.


Zanini, bantwana, ningilalele; ngizakunifundisa ukumesaba uJehova.


ngokuba thina asinakuyeka ukukhuluma ngalokho esikubonileyo nesikuzwileyo.”


Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo.


Ulimi lwami malukhulume izwi lakho, ngokuba imiyalo yakho yonke ilungile.


Ngiyakukhuluma ngobufakazi bakho phambi kwamakhosi, ngingajabhi.


Angiyikufa, kepha ngiyakuphila, ngishumayele imisebenzi kaJehova.


Lokhu enginitshela khona ebumnyameni, kukhulumeni ekukhanyeni; nalokhu enikuzwayo endlebeni, kushumayeleni phezu kwezindlu.


Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla ayakuba senhliziyweni yakho,


ubafundise impela wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni, nalapho ulala, nalapho uvuka.


Ngokuba yonke imithetho yakhe yayiphambi kwami, nezimiso zakhe angivumanga ukuba zisuke kimi.


ukuba ugcine amasu, nezindebe zakho zilonde ukwazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite