Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:114 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

114 Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

114 Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; ngiyalethemba izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

114 Wena uyisiphephelo sami nesihlangu sami; Ngethemba izwi Lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:114
10 Referans Kwoze  

Wena uyindawo yami yokucasha; uyangilondoloza ngingahlupheki; ungiphahla ngenjabulo yokukhululwa. Sela*


Kepha wena Jehova uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami.


Umuntu uyakuba yindawo yokucashela umoya nesivikelo esivunguvungwini njengemifula yamanzi endaweni eyomileyo, njengomthunzi wedwala ezweni eliyethileyo.


Umphefumulo wami ulangazelela insindiso yakho; ngiyalethemba izwi lakho.


Abakwesabayo bayakujabula lapho bengibona, ngokuba ngethemba izwi lakho.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu uyilanga nesihlangu; uJehova uyakupha umusa nodumo; akayikubenqabela okuhle abahamba ngobuqotho.


Ngezwi lami ngiyakhala kuJehova; yena uyangiphendula esentabeni yakhe engcwele. Sela*


Ungalisusi emlonyeni wami ngokupheleleyo izwi leqiniso, ngokuba ngiyethemba izahlulelo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite