Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:112 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

112 Ngithobisile inhliziyo yami ukwenza izimiso zakho njalo, yebo, kuze kube sekupheleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

112 Inhliziyo yami ngiyinamathelise ekwenzeni izimiso zakho, kuze kube sekupheleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

112 Ngithobisile inhliziyo yami ukwenza njalo izimiso zakho, kuze kube sekupheleni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:112
13 Referans Kwoze  

Ngitshengise, Jehova, indlela yezimiso zakho; ngiyakuyigcina kuze kube sekupheleni.


Thobisela inhliziyo yami ebufakazini bakho, kungabi sekuhaheni.


Ungaphenduleli inhliziyo yami entweni embi ukuba ngenze imisebenzi yobubi kanye nabantu abenza okubi, ngingadli izibilebile zabo.


Khona ngiyakuwugcina njalo umthetho wakho, yebo, kuze kube phakade.


ukuze adonsele izinhliziyo zethu kuye ukuba sihambe ngezindlela zakhe zonke, sigcine imiyalo yakhe, nezimiso zakhe, nezahlulelo zakhe ayala ngakho obaba.


Wathi: “Susani manje onkulunkulu babezizwe abaphakathi kwenu, nithobele izinhliziyo zenu kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli.”


Ngalokho zibopheni izinkalo zengqondo yenu, nizithibe, nethembe ngokupheleleyo umusa enizakuwabelwa ekwambulweni kukaJesu Kristu.


ngokuba nguNkulunkulu osebenza kini nokuthanda nokwenza njengentando yakhe.


Ungesabi lokho ozakuhlupheka ngakho. Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye kini etilongweni ukuba nilingwe, futhi niyakuhlupheka izinsuku eziyishumi. Thembeka kuze kube sekufeni, ngokunika umqhele wokuphila.


Nokho kufunyaniswa kuwe nezinto ezinhle, ngokuba ususile o-Ashera* ezweni, wabhekisa inhliziyo yakho ukuba ifune uNkulunkulu.”


ngokuba u-Ezra wayebhekise inhliziyo yakhe ukufuna umthetho kaJehova, nokwenza nokufundisa izimiso nezahlulelo kwa-Israyeli.


Ngokuba yonke imithetho yakhe yayiphambi kwami, nezimiso zakhe angivumanga ukuba zisuke kimi.


ukuze ubeke indlebe yakho ekuhlakanipheni, uthobisele ekuqondeni inhliziyo yakho,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite