Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:109 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

109 Umphefumulo wami usesandleni sami njalo; nokho umthetho wakho angiwukhohlwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

109 Umphefumulo wami usesandleni sami njalo, nokho umthetho wakho angiwukhohlwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

109 Umphefumulo wami usesandleni sami njalo, kepha umthetho wakho angiwukhohlwa.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:109
11 Referans Kwoze  

Nxa sengibonile ukuthi aningisindisanga, ngabeka ukuphila kwami esandleni sami, ngadlulela kubantwana bakwa-Amoni, uJehova wabanikela esandleni sami; ngalokho nikhuphukeleni kimi namuhla ukulwa nami na?”


Bazalwane, ngiyaqinisa ngokubongwa enginakho ngenxa yenu kuKristu Jesu iNkosi yethu, ngiyafa mihla yonke.


Bengiyakuyithathelani inyama yami ngamazinyo ami, ngibeke ukuphila kwami esandleni sami, na?


Bayizikhonzi zikaKristu na? Ngikhulumisa okohlanya – ngiyiso kakhulu kunabo; ekukhandlekeni kakhulu kunabo, nasekuboshweni kaningi kunabo, nasekushayweni okukhulu impela, nasezingozini zokufa ngezikhathi eziningi.


Kulotshiwe ukuthi: “Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke, sithiwa izimvu zokuhlatshwa.”


Kudala ngazile ngobufakazi bakho ukuthi ubusekele kuze kube phakade.


Ngisekele, ngize ngisindiswe, ngibheke njalo izimiso zakho.


Nginjengemvaba emsini; izimiso zakho angizikhohlwa.


UDavide wabuye wafunga, wathi: “Uyihlo uyazi kahle ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho; uthi: ‘Makangazi lokhu uJonathani, funa abe nosizi.’ Kepha, kuphila kukaJehova nokuphila kwakho, kukhona isinyathelo esisodwa nje phakathi kwami nokufa.”


wabeka ukuphila kwakhe esandleni sakhe, wabulala umFilisti, uJehova wamenzela wonke u-Israyeli insindiso enkulu, wakubona wena, wathokoza; pho, uyakulonelani igazi elingenacala, umbulale uDavide engone lutho na?”


Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho; angiyikukhohlwa izwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite