Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 119:101 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

101 Ngiyazinqanda izinyawo zami ezindleleni zonke zokubi, ukuze ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

101 Ngiyazinqanda izinyawo zami ezindleleni zonke zokubi, ukuze ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

101 Ngizinqandile izinyawo zami kuzo zonke izindlela ezimbi, ukuze ngigcine izwi lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 119:101
12 Referans Kwoze  

ndodana yami, ungahambi nazo endleleni, unqande unyawo lwakho emikhondweni yazo,


Omubi makashiye indlela yakhe, nomuntu owenza okubi imicabango yakhe, abuyele kuJehova, uyakuba nomusa kuye, yebo, abuyele kuNkulunkulu wethu, ngokuba uyakwenza ukuthethelela kube kukhulu.


Ngeziyalezo zakho ngiyathola ukuqonda; ngalokho ngiyazonda zonke izindlela zamanga.


Thina sonke sidukile njengezimvu; yilowo nalowo uphendukele endleleni yakhe; uJehova wehlisela phezu kwayo ububi bethu sonke.


Ngangiphelele kuye; ngabuxwaya ububi.


Usheshelani kangaka ukuyiguqula indlela yakho na? Uyakujabha nangeGibithe, njengalokho wajabhiswa yi-Asiriya.


Kuyisikhathi sikaJehova sokusebenza, ngokuba bawenz' ize umthetho wakho.


Babusisiwe abagcina ubufakazi bakhe, abamfuna ngenhliziyo yonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite