Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 USimakade ungakimi ekanye nabangisizayo, ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UJehova unesabelo sami nabangisizayo; ngalokho ngiyakubona ukunxanela kwami abangizondayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:7
10 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wami uyakungihlangabeza ngomusa wakhe; uNkulunkulu uyakungibonisa izitha zami ngokwethaba.


Bheka, uNkulunkulu ungumsizi wami; iNkosi ikubo abaphasa umphefumulo wami.


Ngokuba ungikhululile ekuhluphekeni konke; neso lami libuka izitha zami, lidele.


Uyawuhlenga umphefumulo wami ngokuthula, bangasondeli kimi, ngokuba baningi abamelene nami.


Imisekile inhliziyo yakhe, ayesabi, aze azibuke izitha zakhe ziphansi.


Iso lami liyakubona ngokujabula izitha zami, nezindlebe zami ziyakuzwa ngokuthokoza ngababi abangivukelayo.


Kwase kwehla umoya phezu kuka-Amasayi owayeyinhloko yabangamashumi amathathu, wathi: “Singabakho thina, Davide, sinawe, wena ndodana kaJese; ukuthula, ukuthula makube nawe, ukuthula makube nabakusizayo, ngokuba uNkulunkulu wakho uyakusiza.” Wayesebamukela uDavide, wabenza izinhloko zeviyo.


Ngizakunikela kuwe ngesihle; ngizakulibonga igama lakho, Jehova, ngokuba lihle.


Ungazibulali, funa abantu bami bakhohlwe; zizulise ngamandla akho, uzilahle phansi, Nkosi, sihlangu sethu.


Ngokuba yimina Jehova uNkulunkulu wakho obamba isandla sakho sokunene, nothi kuwe: Ungesabi, mina ngiyakusiza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite