Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngivuleleni amasango okulunga, ngingene ngawo, ngimdumise uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ngivuleleni amasango okulunga, ngingene ngawo, ngimdumise uSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngivulele amasango okulunga; ngizongena ngalo ngidumise uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:19
10 Referans Kwoze  

Vulani amasango ukuba isizwe esilungileyo esigcina iqiniso singene.


“Babusisiwe abahlanza izingubo zabo ukuba bathole ilungelo labo emthini wokuphila, bangene emzini ngamasango.


Ngenani emasangweni akhe ngokubonga, nasemagcekeni akhe ngokudumisa; mbongeni, nibusise igama lakhe.


Kepha uHezekiya wathi: “Yisibonakaliso sini sokuba ngiyakwenyukela endlini kaJehova na?”


UJehova uyakungisindisa; ngalokho siyakubetha ngezingubhu ezinezintambo zonke izinsuku zokuhamba kwethu endlini kaJehova.


Masize phambi kobuso bakhe ngokubonga, sihlabelele kuye ngamahubo.


uyise wezintandane, umahluleli wabafelokazi, uNkulunkulu endlini yakhe engcwele,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite