Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UJehova wangilaya nokungilaya, kodwa akanginikelanga ekufeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 USimakade wangijezisa kanzima, kodwa akanginikelanga ekufeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 INkosi yangijezisa kanzima, kodwa ayizange inginikele ekufeni.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:18
14 Referans Kwoze  

Kepha nxa sahlulelwa, siyalaywa yiNkosi, ukuze singalahlwa kanye nezwe.


njengabangaziwayo kanti saziwa kakhulu, njengabafayo kanti bheka, siyaphila, njengabalaywayo kanti asibulawa,


Ngehla ngasemikhawulweni yezintaba; imigoqo yomhlaba yayisemva kwami kuze kube phakade. Kepha wakhuphula ukuphila kwami egodini, Jehova Nkulunkulu wami.


Ngalokho inkemba ayiyikusuka endlini yakho, ngokuba ungidelele, wathatha umka-Uriya umHeti ukuba abe ngumkakho.’


Endlaleni uyakukuhlenga ekufeni nasempini emandleni enkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite