Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 118:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Bayangihlohloloza ukuba ngiwe, kepha uJehova uyangisiza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Ungihlohlolozile ukuze ngiwe, kodwa uSimakade uyangisiza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wangishaya kabuhlungu ukuze ngiwe, kodwa uJehova wangisiza.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 118:13
11 Referans Kwoze  

Ngilondoloze ezandleni zomubi, ngilinde kumuntu oyisidlwangudlwangu, oceba ukukhuba izinyawo zami.


Ngenzele isiboniselo sokuhle, ukuze abangizondayo babone, bajabhe, ngokuba wena Jehova uyangisiza, uyangiduduza.


Ungathokozi ngami, sitha sami; ngokuba uma ngiwile, ngiyakuvuka; lapho ngihlezi ebumnyameni, uJehova uzakuba ngukukhanya kwami.


Noma kusukuma umuntu ukukuxosha nokufuna ukuphila kwakho, umphefumulo wenkosi yami uyakube uboshiwe emshuqulwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; imiphefumulo yezitha zakho uyakuyijikijela kungathi iphakathi kwendwayimana.


Ngakho-ke njengokuba abantwana bahlanganyela igazi nenyama, naye uqobo wahlanganyela khona lokho, ukuze ngokufa amchithe obe nawo amandla okufa onguSathane,


UDavide wabuye wafunga, wathi: “Uyihlo uyazi kahle ukuthi ngifumene umusa emehlweni akho; uthi: ‘Makangazi lokhu uJonathani, funa abe nosizi.’ Kepha, kuphila kukaJehova nokuphila kwakho, kukhona isinyathelo esisodwa nje phakathi kwami nokufa.”


Bangihluphile kakhulu, nokho abangahlulanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite