Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 117:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngokuba umusa wakhe kithina mkhulu, iqiniso likaSimakade limi ingunaphakade. Haleluya!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina, nokuthembeka kukaJehova kumi phakade. Dumisani uJehova.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 117:2
11 Referans Kwoze  

Jehova, unguNkulunkulu wami; ngiyakukuphakamisa, ngidumise igama lakho, ngokuba wenzile izimangaliso, namasu asendulo, nokuthembeka, neqiniso.


Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo.


Ngiyakuhlabelela ngomusa kaJehova kuze kube phakade, ngomlomo wami ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukuthembeka kwakho.


Nguye lo oweza ngamanzi nangegazi, uJesu Kristu, kungengamanzi odwa kodwa ngamanzi nangegazi; noMoya ungofakazayo, ngokuba uMoya uyiqiniso.


Kuyakuhlangabezana umusa neqiniso, kwangane ukulunga nokuthula.


UJesu wathi kuye: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.


Uyakunika uJakobe ukuthembeka no-Abrahama umusa owakufungela obaba kwasezinsukwini zasendulo.


owenzile izulu nomhlaba, nolwandle, nakho konke okuphakathi kwakho, ogcina iqiniso kuze kube phakade;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite