Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ekwahlulelweni kwakhe makalahlwe yicala; umkhuleko wakhe mawube yisono.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ekwehlulelweni kwakhe makalahlwe yicala, umkhuleko wakhe mawube yisono.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho ehlulelwa, makalahlwe, umkhuleko wakhe ube yisono.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:7
9 Referans Kwoze  

Ophendula indlebe yakhe ekuzweni umthetho, nomkhuleko wakhe uyisinengiso.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso; kakhulu kangakanani uma ulethwa ngomgomo omubi.


Umhlatshelo wababi uyisinengiso kuJehova, kepha umkhuleko wabaqotho uyintokozo yakhe.


Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangemi njalo kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho ukuba bakwenze.”


Kepha siyazi ukuthi lokhu okushoyo umthetho ukukhuluma kubo abasemthethweni ukuba yonke imilomo ivinjwe, izwe lonke libe necala kuNkulunkulu,


“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu! Ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukungena.


Ohlaba inkunzi ebulala nomuntu, nohlaba iwundlu eyaphula nentamo yenja, nonikela ngomnikelo wempuphu, kepha enikela nangegazi lezingulube, noshisa inhlaka, ebonga nesithombe, yebo, laba bakhethile izindlela zabo, nemiphefumulo yabo iyathokoza ngezinengiso zabo.


Lapho nelula izandla zenu, ngiyakufihla kini amehlo ami; yebo, lapho nenza imikhuleko eminingi, angiyikuzwa; izandla zenu zigcwele igazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite