Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:28 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Mabathuke bona, wena ubusise; nxa bevuka, mabajabhe; kepha inceku yakho mayithokoze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Mabaqalekise, kodwa Wena ubusise, lapho bevuka, mabathelwe ngehlazo, kodwa inceku yakho ithokoze.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Mabaqalekise, kepha bakubusise; uma besukuma, mababe namahloni; kepha mayijabule inceku yakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:28
9 Referans Kwoze  

Bheka, ngiyaliwe ukubusisa; yena ubusisile, anginakukubuyisa.


Nani-ke nilusizi manje, kepha ngiyakubuye nginibone, inhliziyo yenu ithokoze; intokozo yenu akakho onganamuka yona.


sibhekile kuJesu, umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi esikhundleni sentokozo ayibekelweyo wathwala isiphambano engalinaki ihlazo, wahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


Wathanda ukuthuka, kweza phezu kwakhe; wayengathokozi ngesibusiso, sahlala kude naye.


UNkulunkulu wathi kuBileyamu: “Awuyikuhamba nawo; awuyikuqalekisa abantu, ngokuba babusisiwe.”


Ayikho imilingo engamelana noJakobe; akukho ukubhula okungamelana no-Israyeli; manje sekuyashiwo ngoJakobe nango-Israyeli ukuthi uNkulunkulu wenzeni.


Njengomzwilili ekuhambeni kwawo nanjengenkonjane ekundizeni kwayo, kanjalo isiqalekiso esingenasizathu asizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite