Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 109:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Wagqoka ukuthuka njengesambatho, kwangena ezibilinini zakhe njengamanzi, nasemathanjeni akhe njengamafutha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Wagqoka isiqalekiso njengengubo, sangena ezibilini zakhe njengamanzi, nasemathanjeni akhe njengamafutha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Njengokwembatha isiqalekiso njengengubo yakhe, kwangena ezibilinini zakhe njengamanzi nanjengamafutha emathanjeni akhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 109:18
14 Referans Kwoze  

Ngakho-ke iqholo lingumnaka wabo; indluzula ibembesa njengengubo.


Lawa manzi aveza isiqalekiso ayakungena ezibilini zakho, avuvukalise isisu sakho, ashwabanise ithanga lakho.” “ ‘Owesifazane uyakuthi: “Amen! Amen!”


Ngakho-ke njengabakhethiweyo bakaNkulunkulu, abangcwele nabathandekayo, yembathani ububele benhliziyo, nesisa, nokuzithoba, nobumnene, nokubheka kade,


Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.


kepha kalokhu nani manilahle konke lokho, ulaka, nokuthukuthela, nobubi, nokuhlambalaza, nokukhuluma amahlazo aphuma emlonyeni wenu;


ukuba athathe isikhundla sale nkonzo nobuphostoli aphambuka kuso uJuda ukuya endaweni yakhe.”


Lowo-ke wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi, wawa ngekhanda, waqhuma phakathi, nezibilini zakhe zonke zachitheka;


INdodana yomuntu iyamuka kambe njengokulotshiwe ngayo, kepha maye kulowo muntu iNdodana yomuntu ekhashelwa ngaye! Nga kukuhle kulowo muntu ukuba kazalwanga.”


Ngembatha ukulunga, kwaba yisambatho kimi; ukwahlulelwa kwami kwakunjengengubo nomqhele kimi.


Nxa esemphuzisile amanzi, kuyakuthi uma engcolisiwe waphambuka endodeni yakhe, amanzi aveza isiqalekiso angene kuye, ababe, isisu sakhe sivuvukale, ithanga lakhe lishwabane, owesifazane aqalekiswe phakathi kwabantu bakubo.


Makube kuye njengesambatho asembathayo nebhande* azibopha ngalo isikhathi sonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite