Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo; umphefumulo olambayo uyawugcwalisa ngokuhle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngokuba Yena usuthise umphefumulo olangazelelayo, nenhliziyo elambileyo wayigcwalisa ngokuhle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngokuba uyasuthisa umphefumulo olangazelayo, awugcwalise ngokuhle umphefumulo olambileyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:9
11 Referans Kwoze  

Babusisiwe abalambele, bomele ukulunga, ngokuba bayakusuthiswa.


Ngokuba nganelisile imiphefumulo eyethileyo, ngigcwalisile yonke imiphefumulo enosizi.”


Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe, kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


Abalambileyo ubasuthisile ngezinto ezinhle, abacebileyo ubamukise ze.


obenzela abacindezelweyo ukwahlulela, obapha abalambileyo ukudla; uJehova uyakhulula iziboshwa.


Abamnene bayakudla, basuthe; abafuna uJehova bayakumdumisa; inhliziyo yenu mayiphile kuze kube phakade.


Ngiyakudelisa umphefumulo wabapristi ngamanoni, abantu bami basuthe ngokuhle kwami,” usho uJehova.


Ngiyakubusisa kakhulu ukudla kwalo; abampofu balo ngiyakubasuthisa ngesinkwa.


Zanini, bantwana, ningilalele; ngizakunifundisa ukumesaba uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite