Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 107:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Mababonge uJehova ngomusa wakhe nezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 O, uma abantu bengamdumisa uJehova ngobubele bakhe nezimangaliso zakhe kubantwana babantu!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 107:8
16 Referans Kwoze  

Uyakhulula, ophule; uyenza izibonakaliso nezimangaliso ezulwini nasemhlabeni, yena omkhululile uDaniyeli emandleni ezingonyama.”


Haleluya! Ngokuba kuhle ukuhlabelela kuNkulunkulu wethu, yebo, kumnandi; ukudumisa kufanele.


Mababonge uJehova ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.


asinakukufihla kubantwana babo, izindumiso zikaJehova zisitshele kuso isizukulwane esizayo, namandla akhe nezimangaliso zakhe azenzileyo.


Mababonge uJehova ngomusa wakhe, nezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.


Mababonge uJehova ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubo abantwana babantu.


Ngiyakubonga umusa kaJehova, ngimdumise uJehova ngakho konke uJehova asenzele khona, nokuhle okuningi phezu kwendlu ka-Israyeli ayisebenzele khona ngobubele bakhe nangobuningi bomusa wakhe.


Wenzele izimangaliso zakhe isikhumbuzo; uJehova unomusa nobubele.


Sengathi nga behlakaniphile ukuba bakuqonde lokho, bazindle ngokugcina kwabo.


Sengathi nga ulalele imiyalo yami! Khona ukuthula kwakho kwakuyakuba njengomfula, nokulunga kwakho njengamaza olwandle;


Mtuseni uJehova kanye nami, siphakamise igama lakhe kanyekanye.


Sengathi kungaba khona kubo inhliziyo enjalo ukuba bangesabe, bagcine njalo yonke imiyalelo yami, kube kuhle kubo nakubantwana babo kuze kube phakade.


Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite