Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 106:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Haleluya! Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Haleluya! Bongani uSimakade ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Dumisani uJehova. Dumisani uJehova; ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 106:1
16 Referans Kwoze  

kukho konke bongani; ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu kuKristu Jesu ngani.


Bongani uJehova, nibize igama lakhe, nizazise phakathi kwabantu izenzo zakhe.


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


izwi lokujabula nezwi lokuthokoza, izwi lomyeni nezwi lomakoti, izwi labathi: “ ‘ “Bongani uJehova Sebawoti, ngokuba uJehova muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade,” “ ‘nelabaletha iminikelo yokubonga endlini kaJehova. Ngokuba ngiyakukubuyisa ukuthunjwa kwezwe njengakuqala,’ usho uJehova.


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


ukuba baqaphele izimiso zakhe, bagcine imithetho yakhe. Haleluya!


Bongani uJehova, ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Baphendulana ngokumdumisa nangokumbonga uJehova, bathi: “Ngokuba muhle, ngokuba umusa wakhe umi phakade phezu kuka-Israyeli.” Bonke abantu bakhamuluka ngokukhamuluka okukhulu ekumdumiseni kwabo uJehova, ngokuba isisekelo sendlu kaJehova sase sibekiwe.


Wathi kuye: “Ungibuzelani ngokuhle na? Munye ongomuhle. Kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalelo.”


Umuhle wena, futhi wenza okuhle; ngifundise izimiso zakho.


Kepha umusa kaJehova uphezu kwabamesabayo kwaphakade kuze kube phakade, nokulunga kwakhe kubantwana babantwana,


bekanye nabo oHemani noJeduthuni nensali yabakhethiweyo abakhonjwa ngamagama ukuba bambonge uJehova, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Dumisani uJehova, ngokuba uJehova muhle; hubelani igama lakhe, ngokuba limnandi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite