Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 104:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Nantu ulwandle, lukhulu, lubanzi; lapho kukhona izilwanyana ezinwabuzelayo ezingenakubalwa, izilwane ezincane nezinkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Bheka nje ulwandle, lukhulu, lubanzi, kulo kukhona izilwanyana ezinwabuzelayo ezingenakubalwa, izilwane ezincane nezinkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Lunjalo lolu lwandle olukhulu nolubanzi, okukhona kulo izilwane ezinwabuzelayo ezingenakubalwa, ezincane nezinkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 104:25
8 Referans Kwoze  

Uyakubongwa yizulu nomhlaba, yizilwandle nakho konke okuphila kuzo.


Kodwa yena wasinikinela isilwane emlilweni, akaze alimala.


UNkulunkulu wababusisa; uNkulunkulu wathi kubo: “Zalani, nande, nigcwalise umhlaba, niwunqobe, nibuse phezu kwezinhlanzi zolwandle, nezinyoni zezulu, nezilwanyana ezinwabuzelayo emhlabeni.”


Inyoka yayinobuqili kunazo zonke izilwane zasendle abezenzile uJehova uNkulunkulu. Yathi kowesifazane: “Ngempela uNkulunkulu ushilo yini ukuthi: ‘Ningadli emithini yasensimini,’ na?”


Bayakubizela izizwe entabeni, bahlabele khona imihlatshelo yokulunga; ngokuba bayakumunca inala yezilwandle, nengcebo ethukusiweyo yesihlabathi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite