Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 osuthisa ukulangazela kwakho ngokuhle, ubusha bakho bubuyiswe njengokhozi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 osuthisa ukulangazelela kwakho ngokuhle, ubusha bakho bubuyiswe njengokhozi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ogcwalisa umlomo wakho ngezinto ezinhle; ukuze ubusha bakho buvuselelwe njengokhozi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:5
12 Referans Kwoze  

kepha abamethembayo uJehova bayathola amandla amasha, bayakhuphuka ngamaphiko njengezinkozi, bagijime bengakhathali, bahambe bengapheli amandla.


Ngokuba usuthisa umphefumulo olangazelayo; umphefumulo olambayo uyawugcwalisa ngokuhle.


Yala abacebileyo kuleli zwe lamanje ngokuthi bangakhukhumali, bangathembeli engcebeni engemiyo, kepha mabathembele kuNkulunkulu osicebisa ngakho konke, sithokoze ngakho,


Ngakho asidangali, kodwa noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla.


Umphefumulo wami uyakusutha kungathi ngamanoni namafutha; umlomo wami uyakudumisa ngezindebe ezethabayo.


Uyazinika ukudla, zibuthe; uvula isandla sakho, zisuthe ngokuhle.


Ulungisa itafula phambi kwami ebusweni bezitha zami; ugcoba ikhanda lami ngamafutha; indebe yami iyachichima.


Ubusisiwe omkhethayo wena, omsondezayo ukuba ahlale emagcekeni akho; siyakusutha ngokuhle kwendlu yakho, ithempeli lakho elingcwele.


Lapho ngiyakumnika izivini zakhe, nesigodi sase-Akori* sibe ngumnyango wethemba; uyakuphendula lapho njengasezinsukwini zobusha bakhe nasosukwini lokukhuphuka kwakhe ezweni laseGibithe.


Ngisenamandla namuhla njengasosukwini uMose angithuma ngalo; njengamandla ami ngaleso sikhathi anjalo amandla ami manje ekulweni, ekuphumeni nasekungeneni.


inyama yakhe ibe ntsha kuneyomntwana, abuyele emihleni yobusha bakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite