Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Bongani uJehova nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uJehova, mphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Bongani uSimakade, nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe. Mbonge uSimakade, mphefumulo wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Bongani uJehova nina misebenzi yakhe yonke ezindaweni zonke zombuso wakhe; dumisa uJehova, mphefumulo wami!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:22
14 Referans Kwoze  

Yonke imisebenzi yakho iyakukudumisa, abangcwele bakho bakubonge.


Jabulani nina mazulu, uthokoze nawe mhlaba, niqhumuke ngokuhlabelela nina zintaba, ngokuba uJehova ududuza abantu bakhe, abe nomusa kwabahluphekileyo bakhe.


Konke okuphefumulayo makudumise uJehova. Haleluya!


Thokozani, mazulu, ngokuba uJehova ukwenzile, nijabule nina zindawo eziphansi zomhlaba, niqhumuke ngokuhlabelela nina zintaba, nawe hlathi nayo yonke imithi ekuwe, ngokuba uJehova umhlengile uJakobe, ngokuhlabelela wazidumisa ngo-Israyeli.


Izilwane zasendle ziyakungidumisa, amakhanka nezintshe, ngokuba ngiveza amanzi ehlane nemifula kwahlongasibi ukuphuzisa abantu bami abakhethiweyo,


Haleluya! Dumisa uJehova, mphefumulo wami.


Izoni maziphele emhlabeni, kungabe kusaba khona ababi. Mbonge uJehova, mphefumulo wami. Haleluya!


Mbonge uJehova, mphefumulo wami; Jehova Nkulunkulu wami, umkhulu, wembethe udumo nobukhosi;


Mbonge uJehova, mphefumulo wami; konke okuphakathi kwami makubonge igama lakhe elingcwele.


Umlomo wami uyakukhuluma udumo lukaJehova, inyama yonke ibonge igama lakhe elingcwele kuze kube phakade.


Haleluya! Dumisani uJehova ezulwini, nimdumise kweliphezulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite